IZITHOMBE ZITHUNYELWE
Month: October 2023
Uphethe imfihlo yomlando uMfihlakalo
UMFIHLAKALO Ndwandwe (31), ongumbhali wezincwadi zezindawo ezinemilando, uthi kubalulekile ukuthi wonke umuntu ayazi imvelaphi yakhe futhi kube namabhuku lapho imindeni izobhala khona imilando yayo (genealogy books) ukuze igcinelwe izizukulwane ezizayo. UMfihlakalo odabuka eKing DinuZulu, uneziqu emkhakheni wezolimo. Ubuye asebenze ukuhambisa izivakashi ezindaweni ezinomlando (tour guide). Incwadi yakhe yokuqala wayibhala ngo 2006 nokho wangayiqeda. Ngonyaka u… Continue reading Uphethe imfihlo yomlando uMfihlakalo
Uzimisele ukuba ngushampeni wabesifazane kwezokugijima
UMHLELI Omkhulu we-ULUSHO NEWS, u MBALI DHLOMO (MD), uthole ithuba lokuxoxisana no NCAMSILE NDLOVU (NN) ongumsubathi wesifazane osezakhele igama kwezokugijima KwaZulu-Natal. MD: Sicela usichazele ngemvelaphi yakho. NN: Ngizalelwe ngakhulela eNsimbini eMahlabathini, kanti nemfundo yami yamabanga aphansi ngiyenzele khona, njengoba ngifunde eKuhlekwethu Primary School. MD: Wakuqala nini ukuba ngumsubathi? NN: Ukugijima ngikuqale ngisese sikoleni kodwa ngabuye… Continue reading Uzimisele ukuba ngushampeni wabesifazane kwezokugijima
